Xhumana nathi
Leave Your Message
AI Helps Write

Gweda phezu kwama-aircon emagumbini okufundela njengoba i-China ikhukhumala

2024-09-27

SEKUQUBUKE udweshu ezinkundleni zokuxhumana eChina ngokusetshenziswa kwama-air conditioner emakilasini njengoba leli lizwe libhekene nengwadla engapheli.

Abazali bakwamanye amadolobha ashisayo eChina banxuse izikole ukuthi zifake ama-air conditioner njengoba amazinga okushisa edlula ku-35C.

Ingxoxo ishube kakhulu edolobheni eliseningizimu yeChangsha lapho uMnyango wezeMfundo uphendule wathi ngeke ufake ama-air con ukuze abafundi "bahlakulele umoya wokusebenza kanzima nokubekezela".

Lokhu kuphawula kudale intukuthelo ku-inthanethi, kwaqubula inkulumompikiswano ngokuthi ubani okufanele akhokhele ama-air conditioner nokuthi kufanele asetshenziswe nhlobo.

SEKUQUBUKE udweshu ezinkundleni zokuxhumana eChina ngokusetshenziswa kwama-air conditioner emakilasini njengoba leli lizwe libhekene nengwadla engapheli.

Abazali bakwamanye amadolobha ashisayo eChina banxuse izikole ukuthi zifake ama-air conditioner njengoba amazinga okushisa edlula ku-35C.

Ingxoxo ishube kakhulu edolobheni eliseningizimu neChangsha lapho uMnyango wezeMfundo uphendule wathi ngeke ufake ama-air con ukuze abafundi "bahlakulele umoya wokusebenza kanzima nokubekezela".